Phephisa mtaka mama
Ngyaz' uyesindwa mtaka mama
Uk'bekezela k'yokhokha mtasekhaya
Noma kunzima woqina mtaka mama
Phephisa mtaka mama
Ngyaz' uyesindwa mtaka mama
Uk'bekezela k'yokhokha mtasekhaya
Noma kunzima woqina mtaka mama
Shiyaawooshiyaawoo
Shiyaawooshiyaawoo
Shiyaawooshiyaawoo
Shiyaawooshiyaawoo
Aw'thula thula mtaka mama ukukhala akukaze kusize
Usizi lwakho mnake l'yophenduk' injabulo
Khona maduze umdali usezophendula
Wen' uybamb' iqin' emthandazweni kuzolunga
Kumnyama kakhulu impela mase kuzokhanya
Eh phephisa mtaka mama
Ukukhala akukaze kusize
Eish bathi uSkobho
Ayoooayooo
Ayoooayooo
Ayoooayooo
Phephisa mtaka
Ngyaz' umthwal' uyesind' emahlombe akho
Phephisa mtaka mama
Ngyaz' uyesindwa mtaka mama
Uk'bekezela k'yokhokha mtasekhaya
Noma kunzima woqina mtaka mama
Phephisa mtaka mama
Ngyaz' uyesindwa mtaka mama
Uk'bekezela k'yokhokha mtasekhaya
Noma kunzima woqina mtaka mama
K'yokh' uk'bekezela
K'yasiz' ukunyamezela kulo bomi
Uyoy'bona naw' indlela
Umdal' uyokuhawukela mtaka mama
Nginey'fis' eziningi
Ng'khal' ub'suku nemini
Umthandaz' uyoz' ufike
Enkosin' emazulwini
Nginey'fis' eziningi
Ng'khal' ub'suku nemini
Umthandaz' uyoz' ufike
Enkosini emazulwini