Bekungelulanga yeah x 2
Na na na na na na na
Impilo ibinzima , impilo ibukhunu konke kumnyama, kodwa sakhanyiselwa.
Uma ngbhek'emuva, laph'engphuma khona
Ngifikelwa 'zinyembezi zenjabulo (ahh) ngbong'umdali.
Uze ungalahl'ithemba, bekezela, bekezela kuzolunga. X 3
Lalingekh'ithemba ikati lilele eziko
Umama ekhal'imihla namalanga,
Ubab'engabonwa.
Kudala sizama, sifun'ithemba.
Saze salithola kwaze kwakhanya
Laph'engphuma khona , ngifikelwa 'zinyembezi zenjabulo (ahh) ngbong'umdali
Uze ungalahl'ithemba, bekezela, bekezela kuzolunga X 4