Back to Top

Shabalala Rhythm - Ivila Lyrics

Shabalala Rhythm - Ivila Lyrics
Official

Uyivila wen' uyivila ntombazane
Uyivila wen' uyivila ntombazane

Kodwa ufun' ukugana kodwa ufun' ukulotsholwa
Umendo uyasetshenzelwa

Ntombazana we

Njengobani (obengadlala ngenkomo zikayise)
(athi azilobol' ivila)
Umuntu onqena nokuzenwaya
Awu mina ngeke

Uyivila (ngicel' ung'yeke)
Wen' uyivila ntombazane (beng' cel' ungyeke)

Kodwa ufun' ukugana (awuhlukane nami)
Kodwa ufun' ukulotsholwa (ngoba wen' uyivila)

Umuntu onqena nokuzenwaya nje

Obengadlala ngenkomo zikayise (athi azilobol' ivila)
Umuntu onqena nokuzenwaya nje
Unqena ngisho ukushanyela indlu leyi

Awu ngeke mina ngeke
Beng' cel' ungyeke beng' cel' ungyeke
Awuhlukane nami ngoba wen' uyivila

Beng' cel' ungyeke (ngiyeke magula kuhlakulwa)
Beng' cel' ungyeke (we ntombi uyivila wena)
Awuhlukana nami (ngiyeke magula kuhlakulwa)
Bengicel' uhlukane nami (we ntombi uyivila wena)

Awuhlukana nami (we ntombi uyivila wena)

Angilalanga izolo
Uloku ukhala lapha kimi
Uthi ufun' iring (ngiyeke magula kuhlakulwa)
Uthi ufun' ukugana we (we ntombi uyivila wena)
Uthi ufun' isidwaba (ngiyeke magula kuhlakulwa)
(we ntombi uyivila wena)

Ngoba wen' uyivila (we ntombi uyivila wena)
Angilifuni ivila mina (ngiyeke magula kuhlakulwa)
Ngoba angilifuni ivila (we ntombi uyivila wena)

Wena ivila (ngiyeke magula kuhlakulwa)
Awuhlukane nami (we ntombi uyivila wena)

Uyivila (ngiyeke magula kuhlakulwa)
Kanti wen' uyivila (we ntombi uyivila wena)

[ Correct these Lyrics ]

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.

Shabalala Rhythm - Ivila Video
(Show video at the top of the page)

Performed By: Shabalala Rhythm
Length: 4:03

Tags:
No tags yet