Back to Top

Ubuza Mina Video (MV)

Performed By: Shabalala Rhythm
Length: 4:43

Shabalala Rhythm - Ubuza Mina Lyrics
Official

Yilokuthwala kwam' ikhanda
Ngiyobhek' intombi yami mina
Ngafika ngingashongo
Awu ngazifak' inkingeni

Yilokuthwala kwam' ikhanda
Ngiyobhek' intombi yami
Ngafika ngingashongo mina
Awu ngazifak' inkingeni

Awu yangipoxa intombi yami
Ngayifica ime emgwaqweni
Ime nabafana awuvele kwadum' ikhanda

Awu yangipoxa intombi yami wema
Ngayifica ime emgwaqweni
Ime nabafana awuyangi'phendula ngombuzo

Ngathi ngiyabuza uthi ngobani laba manje
Ngiyabuza uthi ngobani laba manje

Yangipoxa intombi yami wema
Awu yangi'phendula ngombuzo

Yathi wena ubuzwa ngubani (ubuza mina wen' ubuzwa ngubani)
Yathi wena ubuzwa ngubani (okokuqala itshelwe ngubani ukuza lana)

Wena ubuzwa ngubani (okokuqala itshelwe ngubani ukuza lana)

Ngicel' ungiyeke phansi (ubuza mina wen' ubuzwa ngubani)
Begicel' ungiyeke phansi (okokuqala itshelwe ngubani ukuza lana)

Sewungihlom' imibuzo engathi ngisenkantolo
Sewungihlom' imibuzo angisazi ngizophendula muphi
(sewungihlom' imibuzo engathi ngisenkantolo)
(sewungihlom' imibuzo angisazi ngizophendula muphi)

(kanti ngisenkantolo yini na umbuzo phezu komunye)
(kanti ngisenkantolo yini na angisazi ngizophendula muphi)

Ngicel' ungiyeke phansi
Begicel' ungiyeke phansi

Konakala kanjalo sengithi ngizothumel' abakhongi

(ubuza mina wen' ubuzwa ngubani)

Wena ubuzwa ngubani (ubuza mina wen' ubuzwa ngubani)

[ Correct these Lyrics ]

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.

Tags:
No tags yet