Back to Top

Uma Wengane Video (MV)

Performed By: Shabalala Rhythm
Length: 4:52

Shabalala Rhythm - Uma Wengane Lyrics
Official

Awuyangihlupha we nangu uNomasonto
Awuyangihlupha nayi intombazane
Yinto engizoyithini lena

Awuyangihlupha we nangu uNomasonto
Awuyangihlupha nayi intombazane
Yinto engizoyithini lena

Ngoba uvel' afike ngingashongo
Ngimbone esengena lapho
Ngoba uvel' afike ngingambizanga
Ngimbone esengena emnyango

Ngoba uvel' afike ngingashongo
Ngimbone esengena lapho
Ngoba uvel' afike ngingambizanga ngingamlindele
Ngimbone esengena emnyango

Mangithi ngiyambuza ukuthi ufunani
Uvele angitshele inkinga
Mangithi ngiyambuza ukuthi ufunani Nomasonto
Uvele angitshele anqabatha

Uvele angitshele inkinga athi (phela mina nguma wengani)
Nangu uNomasonto (phela mina nguma wengani)
Yinto engizoyithini lena (phela mina nguma wengani)
Awu yinto engizoyithini lena (phela mina nguma wengani)
Awu nangu uNomasonto (phela mina nguma wengani)

Awuyazi ngiyabon' usekhohliwe lona
Ukuthi nguye owangishiya lapha
Nganele ngaphelelwa ngumsebenzi
Wathi uthando lumphelele

Awuyazi ngiyabon' usekhohliwe uNomasonto
Ukuthi nguye owangishiya lapha
Nganele ngaphelelwa ngumsebenzi
Wathi uthando lumphelele

Wathi okungaphel' kuyahlola
Naye uthando lumphelele
Manje ngoba ebona izinto zizithand' ukungilungela
Useyabuy' uNomasonto

Mangithi ngiyambuza ukuthi ufunani
Uvele angitshele inkinga

Ha uvele angitshele anqabatha (phela mina nguma wengani)
Uvele angitshele inkinga (phela mina nguma wengani)

Ha uyeyeni uyeyeni uyeyeni (phela mina nguma wengani)

Ha uyeyeni (phela mina nguma wengani)

Hawu yinto engizoyithini leyi (phela mina nguma wengani)
Ngoba senginomunye (phela mina nguma wengani)
Futhi ongiphethe kangcono (phela mina nguma wengani)

Nomasonto ngiyekele (buyela lapho uphuma khona)
Nomasonto ngiyeke phansi (buyela lapho uphuma khona)
(nomasonto ngiyekele buyela lapho uphuma khona)

Engani wena wathi uyozama impilo engcono (buyela lapho uphuma khona)
Engani wena wathi sewuthole abangcono (buyela lapho uphuma khona)

Hawu yinto engizoyithini lena (phela mina nguma wengani)

(phela mina nguma wengani)
Senginomunye (phela mina nguma wengani)

Hawu nangu uNomasonto (phela mina nguma wengani)
[ Correct these Lyrics ]

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.

Tags:
No tags yet