Back to Top

Inhliziyo Video (MV)

Performed By: Vusumuzee
Language: English
Length: 3:07
Written by: Knowledge Pepe

Vusumuzee - Inhliziyo Lyrics

Dali wami ngithi noma ungahamba
Mina ngeke ngikuvimbe
Uthando lwami nawe
Luphelile mtanomuntu
Maye wowo maye
Ngamthanda umuntu kwabuhlungu kimi wangiphul' inhliziyo

Kodwa ubomazi umuntu
Before nje niqala ukuthandana
Uthi i love you babe ngiyakuthanda
Ngik'thanda okwangempela ngifung' umama
Uthol' ukuthi loyo muntu akakuthandi
Ufuna into eyodwa mhlawumbe imali noma ucansi
Uthando lwami nawe njengakuqala alusafani
Sthandwa sami , themba lami ngonani

Verse 2

Mina angisamthembi umuntu
Umama wangikhuza ngaye
Wathi wemtanami uyamthemba na?
Mina inhliziyo ayiphakelwa ma
Ngimthanda enjalo namaphutha akhe
Ngimthanda okwangempela sofa silahlane
Noma bengathini mina angeke ngimshiye
Bengicela uxolo mama kodwa sengikhethile
Kodwa ubomsaba umuntu
Ngoba ukuthanda umuntu ongakuthandi kubuhlungu
Uthando luyahlaba ngesinye isikhathi lubuhlungu
Wahamba udali akasabuyi
Awu sthandwa sami Nomathemba hlezi ndicinga ngawe kunamalanga
Nhliziyo ibuhlungu bheka manje sengiyakhala
Uthando lwami nawe nje lwaphela
[ Correct these Lyrics ]

[ Correct these Lyrics ]

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.

Writer: Knowledge Pepe
Copyright: Lyrics © O/B/O DistroKid

Back to: Vusumuzee

Tags:
No tags yet