[ Featuring Soweto Gospel Choir, KwaZulu-Natal Philharmonic ]
Ah namhlanje
Inhliziyo yam' ibuhlungu babo
Ngiyozishiya
Ngiyozishiya ingane zami mine
Ngakushiya
WeNomalanga
Nganishiya
WeNomalanga
Kanti inhliziyo yam' ibuhlungu namhlanje
Ngakushiya
WeNomalanga
Nganishiya
WeNomalanga
Ngawushiya
Umuzi wami
Ah Ngithembe sithandwa sami
Ngawushiya
Umuzi wami
Shiye babo
Woh woh woh
Woh woh woh
Nomalanga
(Shiye babo) Shiye babo
(Woh woh woh) Woh woh woh
(Woh woh woh) Hai Nomalanga
(Nomalanga) Sukulila
(Sula izinyembezi) Sula izinyembezi
(Nomalanga) Hha Nomalanga
(Kudabuka) Kudabuka eyam'inhliziyo
(Eyam'inhliziyo) Yeah yeah yeah
(Sula izinyembezi) Sula sula sula
(Nomalanga) Hhayi Nomalanga
(Kudabuka) Kudabuka eyam'inhliziyo
(Eyam'inhliziyo)
Sula izinyembezi
Nomalanga
Siyobuye
Sibonane
Shiye babo
Woh woh woh
Woh woh woh
Nomalanga
(Zojik'izinto)
Sekuseduzane
Nomalanga
(Zojik'izinto)
Sekuseduzane
Uyangizwa na?
(Zojik'izinto)
Sekuseduzane
Zajika bo
Zojik'izinto
Duzane
Thula Nomalanga
(Sula izinyembezi) Sula izinyembezi
(Nomalanga) Hho Nomalanga
(Kudabuka) Kudabuka eyam'inhliziyo
(Eyam'inhliziyo) Yeah yeah yeah
(Sula izinyembezi) Sula sula sula
(Nomalanga) Hha Nomalanga
(Siyobuye) Siyobuya sibonane
(Sibonane)
(Zojik'izinto)
Sekuseduzane
Nomalanga
(Zojik'izinto)
Sekuseduzane
Uyangizwa na?
(Zojik'izinto)
Ah zajika bo zajika bo zajika
Heyi jika bo
(Zojik'izinto)
Sekuseduzane
Ngiqinisile
(Zojik'izinto)
Okungapheli kuyahlola
Haibo
Zojik'izinto