Back to Top

Thula (feat. Musiholiq) Video (MV)

Young Eezy - Thula (feat. Musiholiq) Lyrics

Mr Bae
Eyi
Thula thula mntasekhaya umama uzobuya
Uyozamele iksasa lethu ungasabi uzobuya
Ubothula
Ubothula
Thula thula mntasekhaya umama uzobuya
Uzobuya
Uyozamele iksasa lethu ungasabi uzobuya
Uzobuya
Ubothula
Noma engabuyanga
Ubothula
Noma engabuyanga

Baningi abafana nawe abangalazi uthando lukaMa
Ngalingeke uvume laba bakukhohlise mntakaMa
Unoku feel-la sometimes engathi uwedwa ngiyazi akuqali ngawe
Wena funda ukubekezela impilo yakho isezandleni zakho
Thula
Mntasekhaya funda
Ngyazi amaphutha uzowenza engikuthandayo uyakhula
Ungasalala vuka
Abakuzondayo ayisuka
Engik'thanda kakhulu ukuthi iphupho liyathuthuka
Baningi abazokuvimbela endlelenike gudluka
Kmele uhambele phansi okwengungumbane uvumbuke
Ngalinge uyifise impilo kamakhelwane ngiyakukhuza
Wena usazophila ukuthi umama zange abuye usazophila

Thula thula mntasekhaya umama uzobuya
Uyozamele iksasa lethu ungasabi uzobuya
Ubothula
Noma engabuyanga
Ubothula
Noma engabuyanga
Thula thula mntasekhaya umama uzobuya
Uzobuya
Uyozamele iksasa lethu ungasabi uzobuya
Uzobuya
Ubothula
Noma engabuyanga
Ubothula
Musi...
Noma engabuyanga
Wena mfethu awu-understand ngoba owakho waduka
Mina owami uMa samungcwaba kumanje ugcwele amathuna
Mang'bacenga bathi kimi angihambe ngiyekofunda
Ngifunde kanjani ngoba ingane zasekhaya azinakudla
Nalong'lamayo sewazala manje ingane iyakhula and ubaba
Wayo asimazi kusamanje sisamuthungatha
Udade naye wayezama uk'beka ukudla ngem'khuba
Umama wafa ebajwa inkunzi manje ngishade nes'thunya
And I will kill you
Coz mina ngafa kdala
Ksele nje inyama
Themba seng'lahla
Ng'philela abafowethu
Ngane zika mama
Ngeke zilale ngendlala
So wena ungangitsheli ukuthi thula

Thula thula mntanakhaya umama uzobuya
Uzobuya
Uyozamele iksasa lethu ungasabi uzobuya
Uzobuya
Ubothula
Noma engabuyanga
Ubothula
Noma engabuyanga
Ubothula
Ngithule kanjani ngihlupheka
Ubothula
Ngithule kanjani ngilambile
Ubothula
Wooh
Ubothula

Eyi
You will get old on your journey
People around they will treat you like you're crazy
Don't ever fall on their favors bazoksebenzisa next thing bayabaleka
Don't ever fall mfan'kithi izitha zakho azikho kude zilana ngakini
Go get a job of your dream ilaw'zobona khona inzondo is like disease
You will be like wow eyi
Baningi manje bafuna ukuhlala nawe wena phusha ispani bese
Ubuya ekhaya khumbula mama azange abuye ekhaya
Ezothando
Ithi ngikuphe umbono wena
Phila nabo ungaphiki nabo ngoba uyazi kumele
Uphushe
Uphante
Ubeke isikwa ekhaya

Thula thula mntasekhaya umama uzobuya
Uzobuya
Uyozamele iksasa lethu ungasabi uzobuya
Uzobuya
Ubothula
Noma engabuyanga
Ubothula
Noma engabuyanga
Ubothula
Ngithula kanjani ngihlupheka
Ubothula
Ngithula kanjani ngilambile
Ubothula
Wooh
Ubothula
Abafowethu
Eezy man
[ Correct these Lyrics ]

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.

Writer: Ayanda Msomi, Ncazelo Mtolo
Copyright: Lyrics © O/B/O DistroKid

Back to: Young Eezy

Tags:
No tags yet