Back to Top

Lungi Naidoo - Hawu Lami Lyrics



Lungi Naidoo - Hawu Lami Lyrics
Official




Nhliziyo yami iyala ukuphola
Maungekho eduze nami ngicel' ubuye uzohlala nami
Ngoba wena uyisphephelo sami
Laph' ukuphila kwami kukhona
Ngingayaphi mangisuka kuwe
Ngoba amandla okuphila akuwe
Sthandwa sami ngicel' uhlale nami
Eyi ngihlala ngiphupha ngawe
Ngixoxa ngawe
Oh baby ngiyakuthanda qhawe lami
Bazamile ukungihlukanisa nawe
But I know I know
Mina ngiyazi uthanda mina ngedwa
Sondela sondela sondela sondela

Umoya wami awuyitholi indawo
Wena mawungekho eduze nami
Nengqondo yami iyaphithana
Wena mawungekho eduze nami

Impilo yami ayiphelelanga
Wena maungekho lapha kimi
Umoya wami awuyitholi indawo
Wena mawungekho eduze nami

Ngithol' imfudumalo lapha kuwe
Ngithol' injabulo
Ngubani oyovala isikhala sakho
Wena mausuka kimi
Ngiyakuthanda bambo lwami
Uyikho konke empilweni yami
Umangisuka kuwe ngiyoba yini na

Umoya wami (umoya wami)
Awuyitholi indawo (awuyithol' indawo)
Wena mawungekho eduze nami
Nengqondo yami (nengqondo yami)
Iyaphithana (iyaphithana)
Wena mawungekho eduze nami

Impilo yami (ayiphelelanga)
Wena maungekho lapha kimi
Umoya wami (awuyitholi indawo)
Wena mawungekho eduze nami
[ Correct these Lyrics ]

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.


We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.




Nhliziyo yami iyala ukuphola
Maungekho eduze nami ngicel' ubuye uzohlala nami
Ngoba wena uyisphephelo sami
Laph' ukuphila kwami kukhona
Ngingayaphi mangisuka kuwe
Ngoba amandla okuphila akuwe
Sthandwa sami ngicel' uhlale nami
Eyi ngihlala ngiphupha ngawe
Ngixoxa ngawe
Oh baby ngiyakuthanda qhawe lami
Bazamile ukungihlukanisa nawe
But I know I know
Mina ngiyazi uthanda mina ngedwa
Sondela sondela sondela sondela

Umoya wami awuyitholi indawo
Wena mawungekho eduze nami
Nengqondo yami iyaphithana
Wena mawungekho eduze nami

Impilo yami ayiphelelanga
Wena maungekho lapha kimi
Umoya wami awuyitholi indawo
Wena mawungekho eduze nami

Ngithol' imfudumalo lapha kuwe
Ngithol' injabulo
Ngubani oyovala isikhala sakho
Wena mausuka kimi
Ngiyakuthanda bambo lwami
Uyikho konke empilweni yami
Umangisuka kuwe ngiyoba yini na

Umoya wami (umoya wami)
Awuyitholi indawo (awuyithol' indawo)
Wena mawungekho eduze nami
Nengqondo yami (nengqondo yami)
Iyaphithana (iyaphithana)
Wena mawungekho eduze nami

Impilo yami (ayiphelelanga)
Wena maungekho lapha kimi
Umoya wami (awuyitholi indawo)
Wena mawungekho eduze nami
[ Correct these Lyrics ]
Writer: COLLEN NTALA MMOTLA, JULIE NOKULUNGA NAIDOO, MTHOKOZISI COMFORT MSOMI, NDUMISO WONDER LUTHULI, TERERAI RON KAMHIRIRI
Copyright: Lyrics © Universal Music Publishing Group

Back to: Lungi Naidoo



Lungi Naidoo - Hawu Lami Video
(Show video at the top of the page)

Tags:
No tags yet