Back to Top

Shabalala Rhythm - Hlonipha Lyrics



Shabalala Rhythm - Hlonipha Lyrics
Official




Akenibhek' lendoda ihlal' igquthule nje
Noma ishayashaya abantu
Ayiceli ngisho uxolo

Umama onjani lo ohlal' ediniwe nje
Noma ethusele nomakhelwane
Akaceli ngisho uxolo

Yingani enjani le ehlal' idiniwe nje
Nom' ihlangana nabantu abadala
Ayikwazi ngisho ubingelela loku

Ubohlonipha ubuhlonipha
Ubohlonipha bo ubuhlonipha

Hlonipha nawe (ubuhlonipha)
Hlonipha nawe phela (ubuhlonipha)
Nawe futhi hlonipha bo (ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)

Hlonipha nawe (ubuhlonipha)
Hlonipha nawe phela (ubuhlonipha)
Nawe futhi hlonipha bo (ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)

Ngob' inhlonipho iqal' ekhaya
Uhloniphe uyihlo nonyoko
Ukuze insuku zakho zande ezweni
Ubohlonipha

Ngob' inhlonipho iqal' ekhaya (wenzani lo waphoxa abazali bakho)
Uhhhmmmh (ubohlonipha)
Hawu hlonipha (ubohlonipha)

Ngob' inhlonipho iqal' ekhaya (wenzani lo waphoxa abazali bakho)
(ubohlonipha)
Hawu hlonipha (ubohlonipha)

Mhm hlonipha nawe (ubohlonipha)
Mhm hlonipha nawe phela (ubohlonipha)
Nawe futhi hlonipha phela (ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)

Hlonipha nawe futhi (ubuhlonipha)
Noma ingambe uyabusa noma ingabe uyahlupheka (ubohlonipha)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)
(ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe

Ngoba uma kukhalwa ngawe ngaphanangapha
Izinyembezi zabantu ngeke yiwele phansi
Amabhadi azokulandela ubohlonipha

Ngoba uma kukhalwa ngawe ngaphanangapha
Izinyembezi zabantu ngeke yiwele phansi
Amabhadi azokulandela ubohlonipha

(hlonipha nawe)
(hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)

Nawe futhi hlonipha (hlonipha nawe)
Ngeyakho lemali yebo (hlonipha nawe)
Noma uyabe ufundile bo (hlonipha nawe)

Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Noma uyabe ufundile bo (ubohlonipha)

Mhm hlonipha nawe futhi (ubohlonipha)
Nawe futhi hlonipha phela (ubohlonipha)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)

Hlonipha nawe futhi (ubuhlonipha)
Noma ingambe uyabusa noma ingabe uyahlupheka (ubohlonipha)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)
(ubohlonipha)

Hlonipha nawe phela (ubuhlonipha)
Hlonipha nawe futhi (ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)
Hlonipha nawe phela (ubuhlonipha)
Nawe futhi hlonipha phela (ubohlonipa)
[ Correct these Lyrics ]

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.


We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.




Akenibhek' lendoda ihlal' igquthule nje
Noma ishayashaya abantu
Ayiceli ngisho uxolo

Umama onjani lo ohlal' ediniwe nje
Noma ethusele nomakhelwane
Akaceli ngisho uxolo

Yingani enjani le ehlal' idiniwe nje
Nom' ihlangana nabantu abadala
Ayikwazi ngisho ubingelela loku

Ubohlonipha ubuhlonipha
Ubohlonipha bo ubuhlonipha

Hlonipha nawe (ubuhlonipha)
Hlonipha nawe phela (ubuhlonipha)
Nawe futhi hlonipha bo (ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)

Hlonipha nawe (ubuhlonipha)
Hlonipha nawe phela (ubuhlonipha)
Nawe futhi hlonipha bo (ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)

Ngob' inhlonipho iqal' ekhaya
Uhloniphe uyihlo nonyoko
Ukuze insuku zakho zande ezweni
Ubohlonipha

Ngob' inhlonipho iqal' ekhaya (wenzani lo waphoxa abazali bakho)
Uhhhmmmh (ubohlonipha)
Hawu hlonipha (ubohlonipha)

Ngob' inhlonipho iqal' ekhaya (wenzani lo waphoxa abazali bakho)
(ubohlonipha)
Hawu hlonipha (ubohlonipha)

Mhm hlonipha nawe (ubohlonipha)
Mhm hlonipha nawe phela (ubohlonipha)
Nawe futhi hlonipha phela (ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)

Hlonipha nawe futhi (ubuhlonipha)
Noma ingambe uyabusa noma ingabe uyahlupheka (ubohlonipha)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)
(ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe

Ngoba uma kukhalwa ngawe ngaphanangapha
Izinyembezi zabantu ngeke yiwele phansi
Amabhadi azokulandela ubohlonipha

Ngoba uma kukhalwa ngawe ngaphanangapha
Izinyembezi zabantu ngeke yiwele phansi
Amabhadi azokulandela ubohlonipha

(hlonipha nawe)
(hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)

Nawe futhi hlonipha (hlonipha nawe)
Ngeyakho lemali yebo (hlonipha nawe)
Noma uyabe ufundile bo (hlonipha nawe)

Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Awu hlonipha (hlonipha nawe)
Noma uyabe ufundile bo (ubohlonipha)

Mhm hlonipha nawe futhi (ubohlonipha)
Nawe futhi hlonipha phela (ubohlonipha)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)

Hlonipha nawe futhi (ubuhlonipha)
Noma ingambe uyabusa noma ingabe uyahlupheka (ubohlonipha)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)
(ubohlonipha)

Hlonipha nawe phela (ubuhlonipha)
Hlonipha nawe futhi (ubuhlonipha bo)
Hlonipha nawe (ubuhlonipha)
Hlonipha nawe phela (ubuhlonipha)
Nawe futhi hlonipha phela (ubohlonipa)
[ Correct these Lyrics ]




Shabalala Rhythm - Hlonipha Video
(Show video at the top of the page)


Performed By: Shabalala Rhythm
Length: 4:44

Tags:
No tags yet